sawubona
angiqondile ukudelela kodwa wena wintombi endala
ngisho ugogo ngimubiza kanjal
ngisho kanjal uma ngimubiza kwiykhona nje ukuthi wena ungumubiza
sawubona
ngikhumbula bengibuza ukuthi ngijabuliswa yini kangaka
ngavele ngathi..."Ulo sisi osemane wazifaka enhlizweni yam"
kwathiwa uban lowo sisi...
khona ngazama ukukuchaza kodwa ekugcineni kwachazeka Mina automatically...
sawubona
ngakutshela mhla uhlukana nami
ngathi khona abakhuthele abathanda ukuyihlaba bese kuba khona abayithanda isivuthiwe...
uzothola uzofaka amathambo eswini bese eyicela ivuthiwe...
Mina ke incwadi ngikwazi ukuyifunda Ivaliwe
manje sesikhulile
nawe usuvuthiwe
Sawubona
wancipha manje emzimben
bathini kini masunje
kodwa ngasho ukuthi uHelen no Innocent no Victoria(HIV) amadimoni angena emizimben
phela wena wadayisa umzimba ongcolile ngoba nakhu uthembe imali ukuthi iyagezana
unga worry
angiku judge
ukuthi nje usuphenduke ihlaya emehlweni ami
sawubona ex yami
©wandile
W