Baby ubuhle buqala ukuba inkinga
ngisho amaWings aseKFC awaboni lutho phela wena ubaba ngelinye izinger...
nongakuboni kahle akaqale ukukbukisisa
phela wena emaqinisweni uyangibusisa
akengivume ukuthi
Inkinga YaBae Le
Uyinkinga Ya Bae wena
ngijabulile nje ngibonga wena
ngikhuluphele nje ngidla wena
usengqondweni yami ngicabanga wena...
kahle kahle engiphupha ngaye imihla namalanga uwena!!
uyinkinga yaBae wena
©wandile
W