M

MZUKWANA NGICALA KUKUBONA

Mzukwana Ngicala Kukubona
angiyikholwanga imizwa yami.
Angimange ngikholwe kutsi ingelosi iyeza,
lapha emhlabeni.
Ngakubuka , wangibuka washo umamatheka,
usho ngetifaca takho sengathi,
wawumunya lidemu lelingenalutho
ebuncaneni bakho.
Ngakubheka futhi emehlweni ngavele ngabona lipulete lase hhotela.
Ngavele ngabona kuthi bayazala abanye abazali.
kwavele kwakhanya nalapho bekumnyama khona.
Ngabona ukuthi uwena injabulo yami,
uwena umama wabantabami,
uwena umakoti wabazali bami,
uma ngingashiya ngingakabeki nalelilodwa
ligama umama wami uzongithethisa
uma ngfika ekhaya.
Ngasho ngisondela kuwe ngasima
ngesihlahla, kwatise phela ngangingathembi
kahle kuthi umdali wehlise ingelosi
yeza lapha emhlabeni.
Ngakubuza igama wangitjela elingelona elakho
Wangibuza lami nami ngenza njengawe ngakutjela elingelona elami
πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚
By : MTHOBISI SITOE
Β©mthobisi